Ngiyakubonga mama wami
Ngothando lwakho ongiphe lona
Ngiyakubonga mama wami
Ngothando lwakho ongiphe lona
Noma zazi khona izilingo
Noma zazikhona izilingo
Zazifuna umoya, umoya wakho
Zaziwufuna umoya wakho mama wami
Ngiyakubonga mama wami
Ngakho konke ongiphe kona (ngothando lwakho ongiphe lona)
Ngiyakubonga (ngiyakubonga mama wami)
Ngiyakubonga ngothando lwakho (ngothando lwakho ongiphe lona)
Noma zazikhona izilingo
Noma zazikhona izilingo
Zaziwuna umoya wakho
Zazifuna umoya, umoya wakho
Noma babengasekho emhlabeni
Awuzange uphele amandla mama
Wababembela ku Jehovah
Ohh mama♡
Wasikhulisa kanzima ma
Engekho oseduze nawe
Kodwa waqinisela mama wami
Ohh ngiyabonga
Noma zazikhona izilingo
Noma zazikhona izilingo
Ohh zazifuna umoya, umoya wakho
Zazifuna umoya; umoya wakho
Ngiyakubonga mama
Ngothando lwakho ongiphe lona
Ngiyabonga mama wami
Ngothando lwakho ongiphe lona
Noma zazikhona izilingo
Noma zazikhona izilingo
Awuzange uphele amandla (zazifuna umoya wakho, umoya wakho)
Awuzange uphele amandla
Ngiyambonga uJehova ngokungipha wena