ushilo wena, abayokhuleka egameni lenkosi
ushilo wena, bayothola amandla amasha abasoze bajabhiswa yeeh
ushilo wena, ngezinsuku zokugcina uzothela umoya wakho yeeh
ushilo wena, siyobona imibono siyophupha namaphupho
Repeat X2
sithembe wena,
silindele wena
ehlisa umoya wakho phezu kwethu
ehlisa amandla wakho
sivuselele
ehlisa umoya wakho phezu kwethu
ehlisa amandla wakho sivuselele
yandisa uqobo lwami
yandisa umkhawulo wami
sikulindele, sikulambele.