Lo Sisi Ngimbon'Zolo
Edlula ngasekhaya
Ehamba naba Ngan'Bakhe
Kwavele Kwajama inqondo
Ngaphathwa Nayi Khanda
Kwangathi Ngiyasangana
Weeh Bant'Akenishoni
Nake nayibon'int'enjena
Ngam'thanda Umuntu
NgiCal'Ukumbona
Ngam'thanda Umuntu
Ngifis'ukum'Lobola
Ngam'thanda Umuntu
NgiCal'Ukumbona
Ngam'thanda Umuntu
Ngifis'ukum'Lobola
Webant'abadala
Akeningi Xocele
Yake yakhona inte'njena Emandulo
Losisi Angimazi ngish'igama
Kodw'Enhlizweni UseGcwele
Weeh Bantu Ngitjeleni
yake yakhona inte'njena
Ngam'thanda Umuntu
NgiCal'Ukumbona
Ngam'thanda Umuntu
Ngifis'ukum'Lobola
Ngam'thanda Umuntu
NgiCal'Ukumbona
Ngam'thanda Umuntu
Ngifis'ukum'Lobola
Ngyamthandahh Lo Sisi
Ngifun'ukuba naye
Ngam'thanda Umuntu
NgiCal'Ukumbona
Ngam'thanda Umuntu
Ngifis'ukum'Lobola aahh
MhhMhh...